|
|
Report Child Abuse/images
childprotect@saps.org.za
National Firearms Call Centre
+27 12 353 6111
Police Emergency Nr
10111
|
|
|
Child Protection Week

Ukuzibophezela
kwaboPhiko lweSAPS ezinganeni
UPhiko lwezemiSebenzi yamaPhoyisa aseNingizimu Afrika
lunakekela ikusasa lezingane futhi luzibophezele uku:
-
nciphisa ubulelesi obubhekiswe ezinganeni
-
nciphisa ubulelesi obenziwa yizingane
-
xhasa izindlela ezisiza ukuqondisa izingane
eziyizephulamthetho
-
bhekana nezinto ezifana nokusetehenziswa kwezidakamizwa
notshwala yizingane
-
xhasa imikhankaso evimbela ukuthi izingane zingazitholi
izibhamu, ngoba izibhamu-
-
xhasa imikhankaso yokubhekena nesimo sezingane
ezingenawo amakhaya; kanye
-
nokukhuthaza izingane ukuthi zibambe iqhaza ezenzweni
ezakhayo njengezemidlalo, ubuciko kanye nezinhlelo zezemfundo.
Imiphakhathi enakekelayo
iyazivikela izingane
back to top |
|